Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UDaniyeli 7:17 - Contemporary Zulu Bible 2024

Lezi zilo ezinkulu ezine zingamakhosi amane ayakuvela emhlabeni.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

‘Lezo zilo ezinkulu ezine zingamakhosi amane ayakuvela emhlabeni.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

‘Lezo zilo ezinkulu ezine zingamakhosi amane ayakuvela emhlabeni.

Uka jalj uñjjattʼäta



UDaniyeli 7:17
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kubantu abayisandla sakho, Jehova, kubantu bomhlaba abanesabelo sabo kulokhu kuphila, nesisu sabo usigcwalisa ngengcebo yakho efihliweyo; bagcwele abantwana bashiyela abancane babo okusalayo.


Ngasondela komunye wababemi khona, ngambuza iqiniso lakho konke lokhu. Kanjalo wangitshela futhi wangazisa incazelo yezinto.


Kepha abangcwele boPhezukonke bayakuthatha ubukhosi, badle umbuso kuze kube phakade naphakade.


UJesu waphendula wathi: “Umbuso wami awusiwo owaleli zwe.


Ngase ngimi esihlabathini solwandle, ngabona isilo sikhuphuka elwandle, sinamakhanda ayisikhombisa nezimpondo eziyishumi, nasezimpondweni zaso kukhona imiqhele eyishumi, nasemakhanda aso kunegama lenhlamba.


Ngase ngibona esinye isilo sikhuphuka emhlabeni; yayinezimpondo ezimbili njengewundlu, ikhuluma njengodrako.