babuyele kuwe ngayo yonke inhliziyo yabo nangawo wonke umphefumulo wabo ezweni lezitha zabo ezabathumbayo, bakhuleke kuwe ngendlela yezwe labo owalinika oyise, umuzi owawukhethayo, nendlu engiyakhele igama lakho;
UDaniyeli 6:11 - Contemporary Zulu Bible 2024 Khona lamadoda abuthana amfumana uDaniyeli ekhuleka enxusa phambi kukaNkulunkulu wakhe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ayesebuthana lawo madoda, amfumana uDaniyeli ekhuleka, enxusa kuNkulunkulu wakhe. IsiZulu 2020 Ayesebuthana lawo madoda, amthola uDaniyeli ekhuleka, enxusa kuNkulunkulu wakhe. |
babuyele kuwe ngayo yonke inhliziyo yabo nangawo wonke umphefumulo wabo ezweni lezitha zabo ezabathumbayo, bakhuleke kuwe ngendlela yezwe labo owalinika oyise, umuzi owawukhethayo, nendlu engiyakhele igama lakho;
Uqamekela njengengonyama emphandwini wayo; uqamekela ukubamba abampofu; uyabamba ompofu lapho emdonsela enetheni lakhe.
Yizwa izwi lokunxusa kwami, lapho ngikhala kuwe, lapho ngiphakamisela izandla zami endlini yakho engcwele.
Nina eniphunyukileyo enkembeni, hambani, ningami; cabangani ngoJehova nisekude, iJerusalema likhuphuke emicabangweni yenu.
Laba bongameli nezikhulu babuthana enkosini, bathi kuyo: “Nkosi Dariyu, phila kuze kube phakade!