Kwase kufika kuye incwadi evela kumprofethi uEliya, yathi: “Usho kanje uJehova uNkulunkulu kaDavide uyihlo, uthi: Ngokuba awuhambanga ngezindlela zikayihlo uJehoshafati nangezindlela zika-Asa inkosi yakwaJuda, hamba,
UDaniyeli 5:25 - Contemporary Zulu Bible 2024 Nanku umbhalo obhaliwe: MENE, MENE, TEKEL, UFARSIN. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Yilo umbhalo owalotshwa: MENE, MENE TEKEL, UFARSIN. IsiZulu 2020 “Yilo umbhalo owalotshwa: MENE, MENE TEKEL, UFARSIN. |
Kwase kufika kuye incwadi evela kumprofethi uEliya, yathi: “Usho kanje uJehova uNkulunkulu kaDavide uyihlo, uthi: Ngokuba awuhambanga ngezindlela zikayihlo uJehoshafati nangezindlela zika-Asa inkosi yakwaJuda, hamba,
Ngakho-ke ububi buyakwehlela; ngeke wazi lapho kuvela khona, futhi ububi buyokwehlela; ngeke ukwazi ukukulibazisa, futhi kungazelelwe kuyofika incithakalo ongayikuyazi.
Zonke izizwe ziyomkhonza yena, nendodana yakhe, nendodana yendodana yakhe, kuze kufike isikhathi sezwe lakhe, khona-ke izizwe eziningi namakhosi amakhulu ziyokhonza ngaye.
Abakulumileyo abayikuvuka ngokuzumayo, bavuke abakucunulayo, ube yimpango yabo na?
Wenzile amandla ngengalo yakhe; ubachithile abazidlayo ekucabangeni kwezinhliziyo zabo.
Kodwa uNkulunkulu wathi kuye: Siphukuphuku, ngalobubusuku umphefumulo wakho uzakubizwa kuwe;
Futhi uJehova uyakunikela no-Israyeli kanye nawe esandleni samaFilisti; kusasa wena namadodana akho niyakuba naMi; uJehova uyakunikela impi yakwa-Israyeli esandleni samaFilisti.