Kwase kuphuma kuye ingxenye yesandla; lombhalo walotshiwe.
Yayisithunywa le nxenye yesandla ivela kuye, walotshwa lo mbhalo.
Yayisithunyelwa le ngxenye yesandla ivela kuye, kwalotshwa lo mbhalo.
Nanku umbhalo obhaliwe: MENE, MENE, TEKEL, UFARSIN.
Ngaleso sikhathi kwaphuma iminwe esandleni somuntu yabhala phezu kothi lwesibani odongeni olunamekiwe lwendlu yenkosi, inkosi yabona ingxenye yesandla esibhalayo.