Ngokuba inkosi yaseNyakatho iyakubuya, ibuthe isixuku esikhulu kunesokuqala, futhi ngokuqinisekile iyofika ngemva kweminyaka ethile inempi enkulu nengcebo eningi.
UDaniyeli 11:14 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngalezo zikhathi abaningi bayovukela inkosi yaseNingizimu; futhi abaphangi babantu bakho bayoziphakamisa ukuze baqinisekise umbono; kodwa bayakuwa. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Ngalezo zikhathi abaningi bayakuyisukela inkosi yaseningizimu, nabaphangi babantu bakho bayakuziphakamisa ukuwuqinisa umbono, kepha bayakuwa. IsiZulu 2020 “Ngalezo zikhathi abaningi bayakuyisukela inkosi yaseningizimu, nabaphangi babantu bakho bayakuziphakamisa ukuwuqinisa umbono, kepha bayakuwa. |
Ngokuba inkosi yaseNyakatho iyakubuya, ibuthe isixuku esikhulu kunesokuqala, futhi ngokuqinisekile iyofika ngemva kweminyaka ethile inempi enkulu nengcebo eningi.
Ngalokho inkosi yasenyakatho iyakufika, iphakamise intaba, ithathe imizi ebiyelweyo kakhulu;
Ngokuba uNkulunkulu ukufakile ezinhliziyweni zazo ukuba zenze intando yakhe, zibe munye, zinike isilo umbuso wazo, aze agcwaliseke amazwi kaNkulunkulu.