Kepha laba bantwana abane uNkulunkulu wabanika ukwazi nokuqonda kuyo yonke imfundo nokuhlakanipha; uDaniyeli wayenengqondo kuyo yonke imibono namaphupho.
UDaniyeli 1:18 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kwathi ekupheleni kwezinsuku inkosi eyayithe mabangeniswe ngazo, induna yabalindi yabangenisa phambi kukaNebukadinesari. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngasekugcineni kwezinsuku inkosi eyayishilo ukuthi bazakungeniswa ngazo, induna yabathenwa yabangenisa phambi kukaNebukadinesari. IsiZulu 2020 Ngasekugcineni kwezinsuku inkosi eyayishilo ukuthi bazakungeniswa ngazo, induna yabathenwa yabangenisa phambi kukaNebukhadinezari. |
Kepha laba bantwana abane uNkulunkulu wabanika ukwazi nokuqonda kuyo yonke imfundo nokuhlakanipha; uDaniyeli wayenengqondo kuyo yonke imibono namaphupho.
Inkosi yasikhuluma kubo; futhi phakathi kwabo bonke akutholakalanga owayenjengoDaniyeli, uHananiya, uMishayeli, no-Azariya; ngakho bema phambi kwenkosi.
Inkosi yababekela isabelo semihla ngemihla sokudla kwenkosi nesewayini eliphuzayo; ngakho wabapha ukudla iminyaka emithathu, ukuze ekupheleni kwayo beme phambi kwenkosi.
Khona-ke uDaniyeli wangena wacela enkosini ukuba imnike isikhathi nokuba abonise incazelo enkosini.