Ngenxa yephunga elimnandi lamafutha akho, igama lakho linjengamafutha athululwayo; ngalokho izintombi ziyakuthanda.
IsiHlabelelo seziHlabelelo 7:8 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngathi: Ngizakwenyukela esihlahleni selala, ngibambe amagatsha awo; manje namabele akho ayakuba njengamahlukuzo omvini, nephunga lekhala lakho njengama-apula; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngathi: “Ngiyakukhwela esundwini, ngibambe amagatsha alo.” Amabele akho mawabe ngamahlukuzo omvini, nephunga lokuphefumula kwakho njengama-apula,* IsiZulu 2020 Ngithi: “Ngizokhwela esihlahleni sesundu, ngibambelele emagatsheni aso.” Ngiyakucela, sengathi isifuba sakho singafana namahlukuzo omvini, nephunga lokuphefumula kwakho lifane namahhabhula, |
Ngenxa yephunga elimnandi lamafutha akho, igama lakho linjengamafutha athululwayo; ngalokho izintombi ziyakuthanda.
Njengomapula phakathi kwemithi yehlathi, unjalo othandiweyo wami phakathi kwamadodana. Ngahlala phansi emthunzini wawo ngokujabula okukhulu, nesithelo sawo sasimnandi emlonyeni wami.
Vuka, moya wasenyakatho! woza wena ningizimu! phephetha phezu kwensimu yami, ukuze amakha ayo aphume. Othandiweyo wami makangene ensimini yakhe, adle isithelo sakhe esimnandi.
Yebo, ngiyakuthokoza ngabo ukuba ngibenzele okuhle, ngibatshale nokutshala kuleli zwe ngayo yonke inhliziyo yami nangawo wonke umphefumulo wami.
Umvini uyabuna, nomkhiwane uyabuna; umpomegranati, nesundu, nom-apula, yonke imithi yasendle ibunile, ngokuba intokozo yabantwana babantu ibunile.
Makabongwe uNkulunkulu osihola njalo ekunqobeni kuKristu, ebonakalisa ngathi iphunga lokwazi kwakhe ezindaweni zonke.