IsiHlabelelo seziHlabelelo 7:7 - Contemporary Zulu Bible 2024 Isimo sakho sinjengesundu, namabele akho njengamahlukuzo ezithelo zomvini. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Isimo sakho siyisundu, namabele akho omabili anjengamahlukuzo. IsiZulu 2020 Isiqu sakho sifana nesihlahla sesundu, namabele akho afana namahlukuzo alo. |
Othandiweyo wami uyisixha semure kimi; uzolala phakathi kwamabele ami ubusuku bonke.
Amabele akho amabili anjengamazinyane embuzi amabili angamawele aklabile phakathi kweminduze.
Ngathi: Ngizakwenyukela esihlahleni selala, ngibambe amagatsha awo; manje namabele akho ayakuba njengamahlukuzo omvini, nephunga lekhala lakho njengama-apula;
Silodadewethu omncane, njalo kalawo amabele; kumele senzenjani nosisi wethu mhla kukhulunywa ngaye?
Thokozani kanye neJerusalema, nithokoze kanye nalo, nina nonke enilithandayo; jabulani kanye nalo, nonke abalilelayo.
Baqotho njengesundu, kodwa abakhulumi; kumele zithwalwe ngoba azikwazi ukuhamba. Ningabesabi; ngokuba abakwazi ukwenza okubi, akukho kubo ukwenza okuhle.
ukuze uKristu ahlale ezinhliziyweni zenu ngokukholwa; ukuze nina, nigxilile, nisekelwe othandweni;
size sifike sonke ebunyeni bokukholwa, lobolwazi lweNdodana kaNkulunkulu, endodeni epheleleyo, esilinganisweni sobukhulu bokugcwala kukaKristu.