Wakhuluma izaga eziyizinkulungwane ezintathu, izingoma zakhe zaziyinkulungwane nanhlanu.
IsiHlabelelo seziHlabelelo 1:1 - Contemporary Zulu Bible 2024 Isihlabelelo sezihlabelelo esingesikaSolomoni. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Isihlabelelo sezihlabelelo esingesikaSolomoni. IsiZulu 2020 Isihlabelelo sezihlabelelo sikaSolomoni. |
Wakhuluma izaga eziyizinkulungwane ezintathu, izingoma zakhe zaziyinkulungwane nanhlanu.
UJehova wamnika uSolomoni ukuhlakanipha njengokumthembisa kwakhe, kwaba khona ukuthula phakathi kukaHiramu noSolomoni; benza isivumelwano bobabili.
Kumholi wokuhlabelela, ihubo likaDavide. Isiwula sathi enhliziyweni yaso: Akakho uNkulunkulu. Bakhohlakele, benze izinto ezinyantisayo, akekho owenza okuhle.
Makangange ngokwanga komlomo wakhe, ngokuba uthando lwakho lungcono kunewayini.
Manje sengizahlabelela othandiweyo wami ingoma yothandiweyo wami mayelana nesivini sakhe. Othandiweyo wami unesivini egqumeni elivundile.