Bheka, ngiyathuma isithunywa sami, futhi siyakulungisa indlela phambi kwami; iNkosi eniyifunayo iyakufika ngokuzuma ethempelini layo, isithunywa sesivumelwano enithokoza ngaso; bheka, uyeza, usho uJehova Sebawoti.
NgokukaMarku 9:11 - Contemporary Zulu Bible 2024 Basebembuza, besithi: Batshoni ababhali ukuthi uEliya umelwe ukufika kuqala? IBHAYIBHELI ELINGCWELE Base bembuza, bethi: “Basholoni ababhali ukuthi u-Eliya umelwe ukufika kuqala na?” IsiZulu 2020 Base bembuza, bethi: “Zisholoni izazimthetho ukuthi kufanele kufike u-Eliya kuqala na?” Baasraak Zulu New Testament Bible Basebembuza, besithi: Batshoni ababhali ukuthi uEliya umelwe ukufika kuqala? |
Bheka, ngiyathuma isithunywa sami, futhi siyakulungisa indlela phambi kwami; iNkosi eniyifunayo iyakufika ngokuzuma ethempelini layo, isithunywa sesivumelwano enithokoza ngaso; bheka, uyeza, usho uJehova Sebawoti.
Bhekani, ngiyakuthuma kini u-Eliya umprofethi, lungakafiki usuku lukaJehova olukhulu nolwesabekayo.