Khona uJesu wabamukisa abantu, wangena endlini; abafundi bakhe beza kuye, bathi: “Sitshele umfanekiso wokhula lwensimu.
NgokukaMarku 8:9 - Contemporary Zulu Bible 2024 Abadlayo babengaba yizinkulungwane ezine; wayesebamukisa. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Babengathi izinkulungwane ezine; wabamukisa. IsiZulu 2020 Babebalelwa ezi-4 000; wayesebamukisa. Baasraak Zulu New Testament Bible Abadlayo babengaba yizinkulungwane ezine; wayesebamukisa. |
Khona uJesu wabamukisa abantu, wangena endlini; abafundi bakhe beza kuye, bathi: “Sitshele umfanekiso wokhula lwensimu.
Wasengena masinyane emkhunjini kanye labafundi bakhe, waya emaphandleni aseDalmanutha.
Wayesethatha abayishumi nambili, wathi kubo: “Bhekani, sikhuphukela eJerusalema, futhi konke okulotshwe ngabaprofethi ngeNdodana yomuntu kuyakufezeka.