Kepha abamethembayo uJehova bathola amandla amasha; bayakukhuphuka ngamaphiko njengezinkozi; bayogijima bangakhathali; futhi bayohamba bangadangali.
NgokukaMarku 8:3 - Contemporary Zulu Bible 2024 Uma ngibamukisa ezindlini zabo bengadlanga, bayakuphelelwa amandla endleleni, ngokuba abanye babo bavela kude. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Uma ngibamukisa, baye ekhaya bengadlanga, bayakuphela amandla endleleni, ngokuba abanye babo bavela kude.” IsiZulu 2020 Uma ngisihambisa silambile, sibuyele emakhaya, siyophelelwa ngamandla endleleni, ngokuba abanye baso bavela kude.” Baasraak Zulu New Testament Bible Uma ngibamukisa ezindlini zabo bengadlanga, bayakuphelelwa amandla endleleni, ngokuba abanye babo bavela kude. |
Kepha abamethembayo uJehova bathola amandla amasha; bayakukhuphuka ngamaphiko njengezinkozi; bayogijima bangakhathali; futhi bayohamba bangadangali.
Ngiyasihawukela ixuku, ngoba sekuyizinsuku ezintathu lihlezi lami lingelakudla;
Abafundi bakhe bamphendula bathi: “Kungavelaphi umuntu ukubasuthisa laba ngesinkwa lapha ehlane na?