Qondani nina bantu abayiziwula phakathi kwabantu, nani ziwula, niyakuhlakanipha nini na?
NgokukaMarku 8:21 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wathi kubo: “Kungani ningaqondi na? IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wathi kubo: “Anikaqondi na?” IsiZulu 2020 Wathi kubo: “Anikaqondi yini namanje na?” Baasraak Zulu New Testament Bible Wathi kubo: “Kungani ningaqondi na? |
Qondani nina bantu abayiziwula phakathi kwabantu, nani ziwula, niyakuhlakanipha nini na?
Wabubula kakhulu emoyeni wakhe, wathi: “Lesi sizukulwane sifunelani isibonakaliso na? ngiqinisile ngithi kini: Lesi sizukulwane asiyikunikwa sibonakaliso.
Kwathi uJesu ekwazi wathi kubo: Kungani liphikisana ngokuthi lingelazinkwa? anikaqondi, anikaqondi na? Inhliziyo yenu iselukhuni na?
Wasephendula wathi kuye: O sizukulwane esingakholwayo, koze kube nini nginani? koze kube nini nginibekezelela? mletheni kimi.
UJesu wathi kuye: “Isikhathi esingaka nginani, awukangazi, Filiphu na? ongibonile mina umbonile uBaba; usho kanjani-ke ukuthi: Sibonise uYihlo na?
Phaphamani ekulungeni, ningoni; ngoba abanye kabamazi uNkulunkulu; ngikhuluma lokhu ukuze libe lenhloni.
Ngikhuluma kube namahloni. Kunjalo yini ukuthi kakho phakathi kwenu ohlakaniphileyo? Hhayi, akekho noyedwa ozokwazi ukwahlulela phakathi kwabafowabo na?