UDavide wayesethi kuSolomoni indodana yakhe: “Qina, ume isibindi, ukwenze; ungesabi, ungapheli amandla, ngokuba uJehova uNkulunkulu, uNkulunkulu wami, unawe; akayikukuyeka, akushiye, uze uqede wonke umsebenzi wenkonzo yendlu kaJehova.
NgokukaMarku 8:15 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wasebalaya wathi: Qaphelani, lixwaye imvubelo yabaFarisi lemvubelo kaHerodi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wayesebayala ethi: “Anobheka nixwaye imvubelo yabaFarisi nemvubelo kaHerode.” IsiZulu 2020 Wayesebayala ethi: “Qaphelani, nixwaye imvubelo yabaFarisi nekaHerode.” Baasraak Zulu New Testament Bible Wasebalaya wathi: Qaphelani, lixwaye imvubelo yabaFarisi lemvubelo kaHerodi. |
UDavide wayesethi kuSolomoni indodana yakhe: “Qina, ume isibindi, ukwenze; ungesabi, ungapheli amandla, ngokuba uJehova uNkulunkulu, uNkulunkulu wami, unawe; akayikukuyeka, akushiye, uze uqede wonke umsebenzi wenkonzo yendlu kaJehova.
Akukho mnikelo womlilo eniyakunikela ngawo kuJehova ongenziwa ngemvubelo; ngoba aniyikushisa imvubelo nezinyosi emnikelweni womlilo weNkosi.
Ngokuba uHerode wayembambile uJohane, wambopha, wamfaka etilongweni ngenxa kaHerodiya umkaFiliphu umfowabo.
Kwathi sekugujwa usuku lokuzalwa kukaHerodi, indodakazi kaHerodiya yasina phambi kwabo, yamthokozisa uHerodi.
Wathi kubo: Qaphelani, nixwaye ukuhaha, ngokuba ukuphila komuntu akumi echichimeni lempahla yakhe.
Ngiyakuyala phambi kukaNkulunkulu, neNkosi uJesu Kristu, nezingelosi ezikhethiweyo, ukuba uzigcine lezo zinto ngaphandle kokukhetha kuqala, ungenzi lutho ngokukhetha abantu.
Ngiyakuyala emehlweni kaNkulunkulu ophilisa zonke izinto, naphambi kukaKristu Jesu owafakaza isivumo esihle phambi kukaPontiyu Pilatu;
Bakhumbuze ngalezo zinto, ubayale phambi kweNkosi ukuthi bangaphikisani ngamazwi, okungasizi lutho, kodwa kubhubhise abezwayo.