Uma niza ukubonakala phambi kwami, ngubani okufunileyo lokhu ukuba ningene emagcekeni ami na?
NgokukaMarku 7:8 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngokuba nidela umyalo kaNkulunkulu, nibambe isiko labantu, njengokugezisa amakhanzi nezindebe, nezinye eziningi ezinjalo niyazenza. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Niyeka umyalo kaNkulunkulu, nibambe isiko labantu.” IsiZulu 2020 “Niyeka umyalo kaNkulunkulu, nibambelele esikweni labantu.” Baasraak Zulu New Testament Bible Ngokuba nidela umyalo kaNkulunkulu, nibambe isiko labantu, njengokugezisa amakhanzi nezindebe, nezinye eziningi ezinjalo niyazenza. |
Uma niza ukubonakala phambi kwami, ngubani okufunileyo lokhu ukuba ningene emagcekeni ami na?
AbaFarisi nababhali basebembuza bathi: Kungani abafundi bakho bengahambi ngesiko labadala, kodwa badla isinkwa ngezandla ezingagezwanga?
futhi enkolweni yobuJuda ngadlula abaningi abayintanga yami esizweni sakithi, ngishisekela kakhulu amasiko awobaba.