UJesu ekuzwa wamangala, wathi kwabamlandelayo: “Ngiqinisile ngithi kini: Angizange ngithole ukholo olungaka nakwa-Israyeli.
NgokukaMarku 6:51 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wayesekhuphukela kubo emkhunjini; umoya wanqamuka; bamangala kakhulu phakathi kwabo ngokungenakulinganiswa, bamangala. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wayesekhwela emkhunjini kubo, umoya wanqamuka; bamangala kakhulu impela phakathi kwabo. IsiZulu 2020 Wayesekhwela esikebheni ababekuso, umoya wanqamuka; bamangala kakhulu impela phakathi kwabo. Baasraak Zulu New Testament Bible Wayesekhuphukela kubo emkhunjini; umoya wanqamuka; bamangala kakhulu phakathi kwabo ngokungenakulinganiswa, bamangala. |
UJesu ekuzwa wamangala, wathi kwabamlandelayo: “Ngiqinisile ngithi kini: Angizange ngithole ukholo olungaka nakwa-Israyeli.
Basebemangala bonke, baze babuzana besithi: Kuyini lokhu? Iyini imfundiso entsha le? ngoba ngegunya uyala lomoya abangcolileyo, bamlalele.
Wasesukuma masinyane, wathatha uhlaka, waphuma phambi kwabo bonke; baze bamangala bonke, bamdumisa uNkulunkulu, besithi: Kasizange sikubone okunje.
Wasevuka, wawukhuza umoya, wathi kulo ulwandle: Thula, uthi cwaka. Umoya wanqamuka, kwaba khona ukuthula okukhulu.
Basesaba ngokwesaba okukhulu, bathi omunye komunye: “Ubani lo, ukuthi nomoya nolwandle kumlalele?
Yasivuka masinyane intombazana, yahamba; ngoba wayeneminyaka eyishumi nambili. Bamangala ngokumangala okukhulu.
Basebemangala kakhulukazi, besithi: Wenze kuhle konke; uzenza izithulu zizwe, lezimungulu zikhulume.
Base bevuma ukumemukela emkhunjini; umkhumbi wawusufika masinyane ezweni ababeya kulo.