Sheshani, nibalekele khona; ngoba mina ngingenze lutho uze ufike kukho. Ngalokho igama lomuzi lathiwa iZowari.
NgokukaMarku 6:5 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wayengenakwenza khona umsebenzi wamandla lapho, kuphela wabeka izandla phezu kwabagulayo abayingcosana, wabaphulukisa. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wayengenakwenza lapho nowodwa umsebenzi wamandla ngaphandle kokuthi wabeka izandla phezu kwabagulayo abayingcosana, wabaphulukisa. IsiZulu 2020 Akakwazanga ukwenza lapho nesisodwa isimangaliso, ngaphandle nje kokubeka izandla phezu kwabagulayo abayingcosana; wabaphulukisa. Baasraak Zulu New Testament Bible Wayengenakwenza khona umsebenzi wamandla lapho, kuphela wabeka izandla phezu kwabagulayo abayingcosana, wabaphulukisa. |
Sheshani, nibalekele khona; ngoba mina ngingenze lutho uze ufike kukho. Ngalokho igama lomuzi lathiwa iZowari.
Esebona ukuthi akamnqobanga, wamthinta esikhoxeni senyonga; isikhonkwane senyonga kaJakobe saqhekezeka ekubambeni kwakhe.
Wamncenga kakhulu, esithi: “Indodakazi yami encane isigulela ukufa; njalo uzaphila.
Kwasekusithi uyise kaPhubhiliyu wayelele ebanjwe ngumkhuhlane lomkhuhlane wegazi, uPawuli wangena kuye, wakhuleka, wabeka izandla phezu kwakhe, wamsilisa.