Wazithabatha izinkwa eziyisihlanu nezinhlanzi ezimbili, wabheka ngasezulwini, wazibusisa, wazihlephula izinkwa, wazinika abafundi bakhe, ukuba bazibeke phambi kwabo; lezinhlanzi ezimbili wababela bonke.
NgokukaMarku 6:42 - Contemporary Zulu Bible 2024 Badla bonke, basutha. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Badla bonke, basutha. IsiZulu 2020 Bonke badla, basutha. Baasraak Zulu New Testament Bible Badla bonke, basutha. |
Wazithabatha izinkwa eziyisihlanu nezinhlanzi ezimbili, wabheka ngasezulwini, wazibusisa, wazihlephula izinkwa, wazinika abafundi bakhe, ukuba bazibeke phambi kwabo; lezinhlanzi ezimbili wababela bonke.
Badla, basutha bonke, kwabuthwa imvuthuluka eseleyo kubo, iziqabetho eziyishumi nambili.
Sebesuthi, wathi kubafundi bakhe: Buthani imvuthuluka eseleyo, kungachitheki lutho.
Wakuthobisa, wakulambisa, wakupha imana ongalazi, noyihlo ababengalazi; ukuze akwazise ukuthi umuntu akaphili ngesinkwa sodwa, kodwa ngamazwi onke aphuma emlonyeni kaJehova.