Sebehla entabeni, uJesu wabayala, wathi: “Ningatsheli muntu umbono, ize ivuke kwabafileyo iNdodana yomuntu.
NgokukaMarku 5:43 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wasebalaya kakhulu ukuthi kungaziwa muntu; walaya ukuthi aphiwe ukudla. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wabayalisisa ukuba lokhu kungaziwa muntu; futhi wathi mayiphiwe ukudla. IsiZulu 2020 UJesu wabadonsa ngendlebe ukuba lokhu kungaziwa muntu, futhi wabatshela ukuba bayiphe ukudla intombazane. Baasraak Zulu New Testament Bible Wasebalaya kakhulu ukuthi kungaziwa muntu; walaya ukuthi aphiwe ukudla. |
Sebehla entabeni, uJesu wabayala, wathi: “Ningatsheli muntu umbono, ize ivuke kwabafileyo iNdodana yomuntu.
UJesu wathi kuye: “Bheka, ungatsheli muntu; kepha hamba, uziveze kumpristi, unikele umnikelo uMose ayala ngawo, kube ngubufakazi kubo.
Asevuleka amehlo abo; uJesu wazilaya kakhulu, wathi: Qaphelani kungaziwa muntu.
Yasivuka masinyane intombazana, yahamba; ngoba wayeneminyaka eyishumi nambili. Bamangala ngokumangala okukhulu.
Kwathi besehla entabeni, wabalaya ukuthi bangatsheli muntu izinto abazibonileyo, ize ivuke kwabafileyo iNdodana yomuntu.
Kwasekusithi ehlezi labo ekudleni, wathatha isinkwa, wasibusisa, wasihlephula, wabanika.
Wamlaya ukuthi angatsheli muntu, kodwa hamba uziveze kumpristi, unikele ngokuhlanjululwa kwakho, njengokulaya kukaMozisi, kube ngubufakazi kubo.
Hhayi kubantu bonke, kodwa kubofakazi abakhethwe ngaphambili nguNkulunkulu, kithina esadla, saphuza naye emva kokuvuka kwakhe kwabafileyo.