Basebemangala bonke, baze babuzana besithi: Kuyini lokhu? Iyini imfundiso entsha le? ngoba ngegunya uyala lomoya abangcolileyo, bamlalele.
NgokukaMarku 5:42 - Contemporary Zulu Bible 2024 Yasivuka masinyane intombazana, yahamba; ngoba wayeneminyaka eyishumi nambili. Bamangala ngokumangala okukhulu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Yayisivuka masinyane intombazana, yahamba; ngokuba yayineminyaka eyishumi nambili. Khona bamangala ngokumangala okukhulu. IsiZulu 2020 Masinyane intombazane yavuka, yahamba, ngokuba yayineminyaka eli-12. Khona lapho bamangala ngokumangala okukhulu. Baasraak Zulu New Testament Bible Yasivuka masinyane intombazana, yahamba; ngoba wayeneminyaka eyishumi nambili. Bamangala ngokumangala okukhulu. |
Basebemangala bonke, baze babuzana besithi: Kuyini lokhu? Iyini imfundiso entsha le? ngoba ngegunya uyala lomoya abangcolileyo, bamlalele.
Basesaba ngokwesaba okukhulu, bathi omunye komunye: “Ubani lo, ukuthi nomoya nolwandle kumlalele?
Wabamba isandla somntwana, wathi kuye: “Thalitha, kumi; okungukuthi ngokuhunyushwa: Ntombakazi, ngithi kuwe: Vuka.
Wayesekhuphukela kubo emkhunjini; umoya wanqamuka; bamangala kakhulu phakathi kwabo ngokungenakulinganiswa, bamangala.
Basebemangala kakhulukazi, besithi: Wenze kuhle konke; uzenza izithulu zizwe, lezimungulu zikhulume.