Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




NgokukaMarku 4:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

Laba yilabo abahlanyelwe emeveni; abalizwayo izwi,

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Abanye bangabahlwanyelwe emeveni; yibo abalizwile izwi,

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Abahlwanyelwe emeveni yilabo abathi sebelizwile izwi,

Uka jalj uñjjattʼäta

Baasraak Zulu New Testament Bible

Laba yilabo abahlanyelwe emeveni; abalizwayo izwi,

Uka jalj uñjjattʼäta



NgokukaMarku 4:18
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngokuba usho kanje uJehova kubantu bakwaJuda naseJerusalema, uthi: “Zilibeleni insimu yenu, ningahlwanyeli emeveni.


Ohlanyelwe emeveni nguye olizwayo izwi; futhi ukukhathazeka kwalesi simiso sezinto, nokukhohlisa kwengcebo kuminyanisa izwi, libe ngongatheli.


njalo kabanampande phakathi kwabo, bahlala okwesikhathi; kuthi sekuvele ukuhlupheka kumbe ukuzingelwa ngenxa yelizwi, bahle bakhubeke.


Kepha iminako yaleli zwe, nokukhohlisa kwengcebo, nezinkanuko zezinye izinto, kungena kuminyanise izwi, lingatheli.


Enye yawela phakathi kwameva, ameva akhula ayiminyanisa, kodwa ayizange ithele.


Leyo eyawela emeveni yilabo abathi sebezwile, bahambe baminyaniswe yizinkathazo nengcebo nezinjabulo zalokhukuphila, bangathelisithelo.