NgokukaMarku 3:6 - Contemporary Zulu Bible 2024 Base bephuma abaFarisi, bahle bacebisana nabakaHerode ukuthi bangambulala kanjani. IBHAYIBHELI ELINGCWELE AbaFarisi base bephuma masinyane bacebisana ngaye nabakaHerode ukuthi bangambhubhisa kanjani. IsiZulu 2020 AbaFarisi baphuma ngokushesha bayohlanganisa amakhanda ngaye nabakaHerodi ukuthi bangambhubhisa kanjani. Baasraak Zulu New Testament Bible Base bephuma abaFarisi, bahle bacebisana nabakaHerode ukuthi bangambulala kanjani. |
Bathuma kuye abafundi babo kanye nabakaHerode, bathi: “Mfundisi, siyazi ukuthi uqinisile, ufundisa indlela kaNkulunkulu ngeqiniso, awukhathali ngamuntu, ngokuba awubheki ubuso babantu.
Abapristi abakhulu nababhali bafuna ukuthi bangambulala kanjani; ngoba babesaba abantu.
owasho ngomlomo kaDavide inceku yakho ukuthi: ‘Kungani abezizwe baxokozele, nabantu bacabange okuyize, na?