Lapho abafowabo bebona ukuthi uyise wayemthanda ngaphezu kwabo bonke abafowabo, bamzonda futhi babengakwazi ukukhuluma naye ngokuthula.
NgokukaMarku 3:25 - Contemporary Zulu Bible 2024 Futhi uba indlu ihlukene phakathi, leyondlu ayinakuma; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Nendlu, uma yahlukene yodwa, leyo ndlu ayizukuma. IsiZulu 2020 Kanjalo uma nendlu yehlukene yodwa, leyo ndlu ayisoze yema. Baasraak Zulu New Testament Bible Futhi uba indlu ihlukene phakathi, leyondlu ayinakuma; |
Lapho abafowabo bebona ukuthi uyise wayemthanda ngaphezu kwabo bonke abafowabo, bamzonda futhi babengakwazi ukukhuluma naye ngokuthula.
Ihubo likaDavide. Bheka, kuhle, kumnandi kanjani ukuba abazalwane bahlalisane ndawonye bemunye.
Ngokuba lapho kukhona umhawu nokuxabana, kukhona isiyaluyalu nayo yonke imisebenzi emibi.