Esahamba ngaselwandle lwaseGalile, wabona oSimoni no-Andreya umfowabo kaSimoni bephonsa inetha olwandle, ngokuba babengabadobi.
NgokukaMarku 3:16 - Contemporary Zulu Bible 2024 USimoni amqamba ngokuthi uPetru; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wayesemisa laba abayishumi nambili: uSimoni owamqamba igama lokuthi uPetru, IsiZulu 2020 Wabamisa abali-12, wabaqamba lawa magama: uSimoni wamqamba wathi nguPhethro, Baasraak Zulu New Testament Bible USimoni amqamba ngokuthi uPetru; |
Esahamba ngaselwandle lwaseGalile, wabona oSimoni no-Andreya umfowabo kaSimoni bephonsa inetha olwandle, ngokuba babengabadobi.
noJakobe kaZebedewu, noJohane umfowabo kaJakobe; wabaqamba ngokuthi uBowanerges, okungukuthi, amadodana okuduma;
Kwathi sekusile, wabizela kuye abafundi bakhe, wakhetha kubo abayishumi nambili, wabaqamba futhi ngokuthi abaphostoli;
Sebengenile bakhuphukela ekamelweni eliphezulu, lapho kwakuhlala khona oPetru, noJakobe, noJohane, no-Andreya, noFiliphu, noTomase, noBartolomewu, noMathewu, noJakobe ka-Alfewu, noSimoni Zelote, uJuda umfowabo kaJakobe.
Kepha ngisho lokhu ukuthi yilowo nalowo kini uthi: Mina ngingokaPawulu; mina ngingoka-Apholo; mina ngingokaKhefase; futhi mina ngikaKristu.
noma uPawulu, noma u-Apholo, noma uKhefase, noma izwe, noma ukuphila, noma ukufa, noma okukhona, noma okuzayo; konke kungokwakho;
Asinagunya lokuhamba nodadewenu, umkakho, nabanye abaphostoli, nabafowabo beNkosi, noKhefase?
USimoni Petru, inceku nomphostoli kaJesu Kristu, kubo abazuze ukholo oluligugu olufana nolwethu ngokulunga kukaNkulunkulu noMsindisi wethu uJesu Kristu: