NgokukaMarku 3:12 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wasebalaya kakhulu ukuthi bangamenzi aziwe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wabayalisisa ukuba bangamzwakalisi. IsiZulu 2020 UJesu wabayalisisa omoya ababi ukuba bangalokothi bakudalule ukuthi ungubani. Baasraak Zulu New Testament Bible Wasebalaya kakhulu ukuthi bangamenzi aziwe. |
UJesu wathi kuye: “Bheka, ungatsheli muntu; kepha hamba, uziveze kumpristi, unikele umnikelo uMose ayala ngawo, kube ngubufakazi kubo.
Asevuleka amehlo abo; uJesu wazilaya kakhulu, wathi: Qaphelani kungaziwa muntu.
Waphulukisa abaningi ababephethwe yizifo ngezifo, wakhipha amademoni amaningi; njalo wayengawavumeli amadimoni ukuthi akhulume, ngoba ayemazi.
Wakwenza lokho izinsuku eziningi. Kepha uPawulu edabukile waphenduka, wathi kumoya: “Ngiyakuyala ngegama likaJesu Kristu ukuba uphume kuyo.” Waphuma ngaso leso sikhathi.