Wayesethi kuGehazi: “Bhinca ukhalo lwakho, uphathe udondolo lwami esandleni sakho, uhambe; uma uhlangana nomuntu, ungambingelela; uma umuntu ekubingelela, ungabe usamphendula; ngibeke induku yami ebusweni bomfana.
NgokukaMarku 16:8 - Contemporary Zulu Bible 2024 Base bephuma masinyane, babaleka ethuneni; ngokuba babethuthumela, bamangala; ngoba babesaba. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Base bephuma, babaleka ethuneni, ngokuba babefikelwe ngukuthuthumela nokumangala, kabashongo lutho kumuntu, ngokuba babesaba. IsiZulu 2020 Baphuma, babaleka ethuneni, ngokuba behlelwa ngukuthuthumela nokumangala, kabatshelanga muntu ngalokho, ngokuba babesaba. Baasraak Zulu New Testament Bible Base bephuma masinyane, babaleka ethuneni; ngokuba babethuthumela, bamangala; ngoba babesaba. |
Wayesethi kuGehazi: “Bhinca ukhalo lwakho, uphathe udondolo lwami esandleni sakho, uhambe; uma uhlangana nomuntu, ungambingelela; uma umuntu ekubingelela, ungabe usamphendula; ngibeke induku yami ebusweni bomfana.
Base beshesha bamuka ethuneni benokwesaba nokuthokoza okukhulu; wagijima wabikela abafundi bakhe.
Kodwa hambani nitshele abafundi bakhe noPetru ukuthi uyanandulela ukuya eGalile;
Kwathi uJesu esevukile ekuseni ngolokuqala lweviki, wabonakala kuqala kuMariya Magdalena, ayekhuphe kuye amadimoni ayisikhombisa.
Le se ke la nka mokotlana wa ditjhelete, leha e le mokotla, kapa dieta, mme le se ke la dumedisa motho tseleng.