NgokukaMarku 16:13 - Contemporary Zulu Bible 2024 Nabo bahamba babikela abanye; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Nabo bahamba babikela abanye; nalabo abaze bakholwa. IsiZulu 2020 Nabo bahamba bayobikela abanye; nalabo abakholwanga. Baasraak Zulu New Testament Bible Nabo bahamba babikela abanye; |
Emva kwalokho wabonakala kwabayishumi nanye behlezi ekudleni, wabasola ngokungakholwa kwabo nobulukhuni benhliziyo, ngokuba bengakholwanga yilabo ababembonile esevusiwe.
Wasesithi kuso: Uba bengalaleli uMozisi labaprofethi, kabayikuvunyiswa, loba kuvuka omunye kwabafileyo.
Kodwa bengakakholwa ngenxa yentokozo bemangala, wathi kubo: Lilokudla lapha yini?
Ngakho abanye abafundi bathi kuye: Siyibonile iNkosi. Kodwa wathi kubo: Ngaphandle kokuthi ngibone ezandleni zayo inxeba lezipikili, ngifake umunwe wami enxebeni lezipikili, ngifake isandla sami ohlangothini lwayo, ngeke ngikholwe.