Emva kwalokho wabonakala kwabayishumi nanye behlezi ekudleni, wabasola ngokungakholwa kwabo nobulukhuni benhliziyo, ngokuba bengakholwanga yilabo ababembonile esevusiwe.
NgokukaMarku 16:12 - Contemporary Zulu Bible 2024 Emva kwalokho wabonakala ngesinye isimo kwababili kubo behamba beya emaphandleni. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Emva kwalokho wabonakala ngesinye isimo kwababili kubo behamba beya emaphandleni. IsiZulu 2020 Emveni kwalokho wabonakala engesinye isimo kwababili babo ababehamba beya emzaneni. Baasraak Zulu New Testament Bible Emva kwalokho wabonakala ngesinye isimo kwababili kubo behamba beya emaphandleni. |
Emva kwalokho wabonakala kwabayishumi nanye behlezi ekudleni, wabasola ngokungakholwa kwabo nobulukhuni benhliziyo, ngokuba bengakholwanga yilabo ababembonile esevusiwe.
Kwathi ekhuleka, isimo sobuso bakhe saguquka, nengubo yakhe yaba mhlophe, yabenyezela.
Emva kwalokho uJesu wabuye wazibonakalisa kubafundi ngaselwandle lwaseTiberiya; wazibonakalisa kanjalo.
Lokhu sekungokwesithathu uJesu ezibonakalisa kubafundi bakhe, esevukile kwabafileyo.
azibonakalisa kubo ephila emva kokuhlupheka kwakhe ngobufakazi obuningi obungenaphutha, ebonwa yibo izinsuku ezingamashumi amane, ekhuluma izinto eziphathelene nombuso kaNkulunkulu;