UJesu ekuzwa wamangala, wathi kwabamlandelayo: “Ngiqinisile ngithi kini: Angizange ngithole ukholo olungaka nakwa-Israyeli.
NgokukaMarku 15:44 - Contemporary Zulu Bible 2024 UPilatu wamangala ngokuthi wayesefile yini, wabiza induna yekhulu, wayibuza ukuthi usenesikhathi efile yini. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha uPilatu wamangala ngokuthi ngabe usefile, wabiza induna yekhulu, wabuza kuyo ukuthi sekukade efile na? IsiZulu 2020 UPilatu wamangala ukuthi uJesu wayesefile, waze wabiza induna yekhulu, wabuza kuyo ukuthi usefile yini na? Baasraak Zulu New Testament Bible UPilatu wamangala ngokuthi wayesefile yini, wabiza induna yekhulu, wayibuza ukuthi usenesikhathi efile yini. |
UJesu ekuzwa wamangala, wathi kwabamlandelayo: “Ngiqinisile ngithi kini: Angizange ngithole ukholo olungaka nakwa-Israyeli.
Kweza uJosefa wase-Arimathiya, ilunga elidumileyo, naye owayelindele umbuso kaNkulunkulu, wangena ngesibindi kuPilatu, wacela isidumbu sikaJesu.