Khona babuthana abapristi abakhulu, nababhali, namalunga esizwe egcekeni lompristi omkhulu othiwa uKayafase;
NgokukaMarku 15:16 - Contemporary Zulu Bible 2024 Amasosha amyisa egcekeni elithiwa iPretorio; balibizela ndawonye iviyo lonke. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Amabutho ayesemngenisa phakathi endlini ethiwa iPretoriyu, abizela ndawonye ibutho lonke. IsiZulu 2020 Amabutho ayesemhola, amngenisa endlini ethiwa iPhrethoriyu, aqoqela ndawonye lonke ibutho. Baasraak Zulu New Testament Bible Amasosha amyisa egcekeni elithiwa iPretorio; balibizela ndawonye iviyo lonke. |
Khona babuthana abapristi abakhulu, nababhali, namalunga esizwe egcekeni lompristi omkhulu othiwa uKayafase;
Base bemhola uJesu kuKayafase bamusa endlini yokwahlulela; futhi bona abazange bangene endlini yokwahlulela, funa bangcoliswe; kodwa ukuze badle iphasika.
UPilatu wayesephinda engena endlini yokwahlulela, wabiza uJesu, wathi kuye: “Wena uyinkosi yabaJuda na?
Amabutho eluka umqhele wameva awubeka ekhanda lakhe, amembathisa ingubo ebubende;
Wabuye wangena endlini yokwahlulela, wathi kuJesu: “Ungowaphi na? Kodwa uJesu kamphendulanga.
Kwakukhona eKesariya indoda ethile, uKorneliyu, eyinduna yekhulu yebutho elithiwa ibutho lamaNtaliyane,