Yizwani lokhu, nina bapristi! lalelani nina ndlu ka-Israyeli! lalelani nina ndlu yenkosi! ngoba ukwahlulela kuyeza phezu kwenu, ngoba benilugibe eMispa nenetha elenekwe eThabori.
NgokukaMarku 15:11 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kepha abapristi abakhulu babhebhezela isixuku ukuba kungcono abakhululele uBaraba. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha abapristi abakhulu babhebhezela isixuku ukuba okungcono asikhululele uBaraba. IsiZulu 2020 Kepha abaphristi abakhulu babhebhezela isixuku ukuba sithi kungcono asikhululele uBharabha. Baasraak Zulu New Testament Bible Kepha abapristi abakhulu babhebhezela isixuku ukuba kungcono abakhululele uBaraba. |
Yizwani lokhu, nina bapristi! lalelani nina ndlu ka-Israyeli! lalelani nina ndlu yenkosi! ngoba ukwahlulela kuyeza phezu kwenu, ngoba benilugibe eMispa nenetha elenekwe eThabori.
Kepha abapristi abakhulu namalunga bancenga izixuku ukuba zicele uBaraba, zimbulale uJesu.
UPilatu waphinda waphendula, wathi kubo: Pho-ke nithanda ukuba ngimenzeni enithi uyinkosi yabaJuda na?
Base bephinda bememeza bonke, bathi: “Makungabi lumuntu, kodwa uBarabasi; Manje uBaraba wayengumphangi.