Khulekani ukuba ukubaleka kwenu kungabi sebusika.
Khulekani ukuba kungabi sebusika.
Khulekelani ukuthi kungabi sebusika.
Kodwa maye kwabakhulelweyo nakwabamunyisayo ngalezo zinsuku!
Ngokuba ngalezo zinsuku kuyakuba-khona usizi olungazange lube khona olunjalo kwasekuqaleni kokudala akudalayo uNkulunkulu kuze kube manje, nolungasayikuba khona.