Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




NgokukaMarku 13:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

Ophezu kwendlu kangehli aye endlini, futhi angangeni ukuze athathe utho endlini yakhe;

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

ophezu kwendlu angehli, angangeni ukuyothatha utho endlini yakhe,

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

kuthi ophezu kwendlu angabe esehla, ukuba angene athathe okuthile endlini yakhe,

Uka jalj uñjjattʼäta

Baasraak Zulu New Testament Bible

Ophezu kwendlu kangehli aye endlini, futhi angangeni ukuze athathe utho endlini yakhe;

Uka jalj uñjjattʼäta



NgokukaMarku 13:15
13 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Sheshani, nibalekele khona; ngoba mina ngingenze lutho uze ufike kukho. Ngalokho igama lomuzi lathiwa iZowari.


Kepha umkakhe wabheka emva kwakhe, waba yinsika kasawoti.


USathane wamphendula uJehova, wathi: Isikhumba ngesikhumba, yebo, konke umuntu anakho uyakunika ngokuphila kwakhe.


Umuntu ohlakaniphileyo uyabona ububi, acashe, kepha abangenalwazi bayaqhubeka, bajeziswe.


Nosensimini makangabuyeli emuva ukuyothatha ingubo yakhe.


Sebesuthi, bawenza lula umkhumbi, baphonsa ukolweni olwandle.


Ngokukholwa uNowa, exwayisiwe nguNkulunkulu ngezinto ebezingakabonwa, ngokwesaba wakha umkhumbi wokusindisa indlu yakhe; ngalo walahla umhlaba, waba yindlalifa yokulunga okungokukholwa.