Wabizela kuye abafundi bakhe, wathi kubo: “Ngiqinisile ngithi kini: Lo mfelokazi ompofu ubeke okuningi kunabo bonke abaphonse emnikelweni womnikelo;
NgokukaMarku 12:44 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngokuba bonke baphonse kokuchichima kwabo; kepha yena ekusweleni kwakhe ubeke konke abenakho, konke abeziphilisa ngakho. IBHAYIBHELI ELINGCWELE ngokuba bonke babeka kokuchichimileyo kwabo, kepha yena ebumpofini bakhe ubeke konke anakho, konke abephila ngakho.” IsiZulu 2020 ngokuba bonke bacaphune kokuningi abanakho banikela, kodwa lo mfelokazi ekusweleni kwakhe, unikele ngakho konke anakho, konke abephila ngakho.” Baasraak Zulu New Testament Bible Ngokuba bonke baphonse kokuchichima kwabo; kepha yena ekusweleni kwakhe ubeke konke abenakho, konke abeziphilisa ngakho. |
Wabizela kuye abafundi bakhe, wathi kubo: “Ngiqinisile ngithi kini: Lo mfelokazi ompofu ubeke okuningi kunabo bonke abaphonse emnikelweni womnikelo;
Encane yawo yathi kuyise: ‘Baba, nginike isabelo sempahla esiqondene nami.’ Futhi wabahlukanisela impahla yakhe.
Kodwa kuthe ifika le ndodana yakho, edle ukudla kwakho lezifebe, uyihlabele ithole elikhuluphalisiweyo.
Owesifazana owayelomopho iminyaka elitshumi lambili, esechithe konke abephila ngakho ezinyangeni, engelakwelatshwa lamunye.
Kakulamuntu ongathatha ilitshe lokuchola elingaphansi kumbe lengaphezulu libe yisibambiso, ngoba uthatha impilo yomuntu ibe yisibambiso.
Kepha onezinto zaleli zwe, bese ebona umzalwane wakhe eswele, amvalele ububele bakhe kuye, uthando lukaNkulunkulu luhlala kanjani kuye na?