Ngakho uHanuni wabamba izinceku zikaDavide, waziphuca, wasika izingubo zazo phakathi kuze kube sezinqeni zazo, wazimukisa.
NgokukaMarku 12:4 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wabuye wathuma kubo enye inceku; yona bayijikijela ngamatshe, bayilimaza ekhanda, bayimukisa ihlazekile. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Waphinda wathuma kubo enye inceku; yona bayilimaza ekhanda, bayithuka. IsiZulu 2020 Waphinda wathumela enye inceku kubo; yona bayilimaza ekhanda, futhi bayichapha ngenhlamba. Baasraak Zulu New Testament Bible Wabuye wathuma kubo enye inceku; yona bayijikijela ngamatshe, bayilimaza ekhanda, bayimukisa ihlazekile. |
Ngakho uHanuni wabamba izinceku zikaDavide, waziphuca, wasika izingubo zazo phakathi kuze kube sezinqeni zazo, wazimukisa.
Kodwa uNkulunkulu uyochoboza ikhanda lezitha zakhe nokhakhayi olunoboya lwalowo osaqhubeka ezonweni zakhe.
Wabuye wathuma enye; yena bambulala, nabanye abaningi; abanye batshaya, abanye bebulala.