Bafika eJerusalema; uJesu wangena ethempelini, waqala ukuxosha ababethengisa nababethenga ethempelini, wagumbuqela amatafula abashintshela imali, nezihlalo zabathengisa ngamajuba;
NgokukaMarku 11:16 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wayengavumeli muntu ukuthi adabule ithempeli ethwele isitsha. IBHAYIBHELI ELINGCWELE wayengavumi ukuba umuntu adabule ithempeli ethwele isitsha. IsiZulu 2020 Akavumelanga muntu ukuba adabule ethempelini ethwele umthwalo. Baasraak Zulu New Testament Bible Wayengavumeli muntu ukuthi adabule ithempeli ethwele isitsha. |
Bafika eJerusalema; uJesu wangena ethempelini, waqala ukuxosha ababethengisa nababethenga ethempelini, wagumbuqela amatafula abashintshela imali, nezihlalo zabathengisa ngamajuba;
Wafundisa, wathi kubo: “Akulotshiwe yini ukuthi: ‘Indlu yami iyakubizwa ngokuthi yindlu yokukhuleka yezizwe zonke’? kepha nina niyenze umhume wabaphangi.