Kodwa kabalalelanga, bakuhlubuka, baphosela umlayo wakho ngemva kwemihlane yabo, bababulala abaprofethi bakho ababefakaza ngabo ukubabuyisela kuwe, benza izinengiso ezinkulu.
NgokukaMarku 10:5 - Contemporary Zulu Bible 2024 UJesu waphendula, wathi kubo: Ngobulukhuni benhliziyo yenu walilobela lowomyalo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJesu wayesethi kubo: “Ngenxa yobulukhuni benhliziyo yenu wanilobela lowo myalo. IsiZulu 2020 UJesu wayesethi kubo: “UMose wanibhalela lo myalo ngenxa yobulukhuni benhliziyo yenu. Baasraak Zulu New Testament Bible UJesu waphendula, wathi kubo: Ngobulukhuni benhliziyo yenu walilobela lowomyalo. |
Kodwa kabalalelanga, bakuhlubuka, baphosela umlayo wakho ngemva kwemihlane yabo, bababulala abaprofethi bakho ababefakaza ngabo ukubabuyisela kuwe, benza izinengiso ezinkulu.
Wathi kubo: “Ngenxa yobulukhuni benhliziyo yenu uMose wanivumela ukwala omkenu, kepha kwasekuqaleni kwakungenjalo.
Nina bantamo zilukhuni, abangasokile ezinhliziyweni nasezindlebeni, nimelana njalo noMoya oNgcwele;
“Nxa indoda ithatha umfazi, imthathe, bese kuthi lapho engasenamusa emehlweni ayo, ngokuba ifumene ukungcola kuye; makambhalele incwadi yesahlukaniso, amnike yona, amkhiphe endlini yakhe.
Ngokuba ngiyabazi ubulukhuni bakho nentamo yakho elukhuni; bhekani, ngisekhona nani namuhla nihlubukile kuJehova; Kakhulu kangakanani emva kokufa kwami?
Yazi-ke ukuthi uJehova uNkulunkulu wakho akakuniki leli zwe elihle ukuba ulidle ngenxa yokulunga kwakho; ngoba ningabantu abanenkani.