Uma umuntu ethanda ukukumangalela, akuphuce ingubo yakho, myeke athathe nesambatho sakho;
NgokukaMarku 10:44 - Contemporary Zulu Bible 2024 njalo loba ngubani ofuna ukuba ngowokuqala phakathi kwenu kabe yinceku yabo bonke. IBHAYIBHELI ELINGCWELE nalowo ofuna ukuba ngowokuqala phakathi kwenu makabe yinceku yabo bonke. IsiZulu 2020 nalowo ofuna ukuba ngowokuqala phakathi kwenu, makabe yinceku yabo bonke. Baasraak Zulu New Testament Bible njalo loba ngubani ofuna ukuba ngowokuqala phakathi kwenu kabe yinceku yabo bonke. |
Uma umuntu ethanda ukukumangalela, akuphuce ingubo yakho, myeke athathe nesambatho sakho;
Kodwa kungabi njalo phakathi kwenu, kodwa loba ngubani ofuna ukuba mkhulu phakathi kwenu kabe yisikhonzi senu;
Ngokuba neNdodana yomuntu ayizanga ukukhonzwa kepha ukukhonza nokunikela ukuphila kwayo, kube yisihlengo sabaningi.
Wayesehlala phansi, wabiza abayishumi nambili, wathi kubo: “Uma umuntu ethanda ukuba ngowokuqala, uyakuba ngowokugcina kubo bonke nesigqila sabo bonke.