Kulula ukuba ikamela lingene ngentunja yenaliti, kunokuba onothileyo angene embusweni kaNkulunkulu.
NgokukaMarku 10:26 - Contemporary Zulu Bible 2024 Basebemangala kakhulukazi, bakhulumisana besithi: Pho kungasindiswa bani? IBHAYIBHELI ELINGCWELE Bamangala kakhulu, bathi omunye komunye: “Pho, kungasindiswa bani na?” IsiZulu 2020 Bamangala kakhulu, omunye wathi komunye: “Pho ngubani ongasindiswa na?” Baasraak Zulu New Testament Bible Basebemangala kakhulukazi, bakhulumisana besithi: Pho kungasindiswa bani? |
Kulula ukuba ikamela lingene ngentunja yenaliti, kunokuba onothileyo angene embusweni kaNkulunkulu.
UJesu wababheka wathi: “Kubantu akunakwenzeka, kepha kuNkulunkulu akunjalo, ngokuba kuNkulunkulu zonke izinto zingenzeka.
Wayesekhuphukela kubo emkhunjini; umoya wanqamuka; bamangala kakhulu phakathi kwabo ngokungenakulinganiswa, bamangala.
Basebemangala kakhulukazi, besithi: Wenze kuhle konke; uzenza izithulu zizwe, lezimungulu zikhulume.
Bayizikhonzi zikaKristu na? (Ngikhuluma njengesiwula) mina kakhulu; ekukhandlekeni okuchichima kakhulu, ngemivimbo engaphezu kwesilinganiso, ematilongweni kaningi, nasekufeni kaningi.