Kepha mina ngithi kini: Yilowo nalowo olahla umkakhe, kungengenxa yokuphinga, umenza ukuba aphinge;
NgokukaMarku 10:12 - Contemporary Zulu Bible 2024 Noma owesifazane elahla indoda yakhe, agane enye, uyaphinga. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Naye, uma elahla indoda yakhe, agane enye, uyaphinga.” IsiZulu 2020 Nowesifazane uma elahla indoda yakhe, agane enye, uyaphinga.” Baasraak Zulu New Testament Bible Noma owesifazane elahla indoda yakhe, agane enye, uyaphinga. |
Kepha mina ngithi kini: Yilowo nalowo olahla umkakhe, kungengenxa yokuphinga, umenza ukuba aphinge;
Kepha uma ehlukana naye, akahlale engaganile, noma abuyisane nendoda yakhe, nendoda ingamlahli umkayo.
Nowesifazane onendoda engakholwayo, futhi uma ivuma ukuhlala naye, angayishiyi.