UJesu wathi kuye: “Bheka, ungatsheli muntu; kepha hamba, uziveze kumpristi, unikele umnikelo uMose ayala ngawo, kube ngubufakazi kubo.
NgokukaMarku 1:44 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wathi kuye: “Bheka, ungatsheli muntu lutho; IBHAYIBHELI ELINGCWELE wathi kuye: “Bheka, ungasho lutho kumuntu, kepha hamba uzibonakalise kumpristi, unikele ngokuhlanjululwa kwakho lokho okwayalelwa nguMose, kube ngubufakazi kubo.” IsiZulu 2020 wathi kuye: “Uyabona-ke, ungathi vu kumuntu, kodwa hamba uzibonakalise kumphristi, unikele ngenxa yokuhlanjululwa kwakho, njengalokhu kwayala uMose, kube ngubufakazi kubo.” Baasraak Zulu New Testament Bible Wathi kuye: “Bheka, ungatsheli muntu lutho; |
UJesu wathi kuye: “Bheka, ungatsheli muntu; kepha hamba, uziveze kumpristi, unikele umnikelo uMose ayala ngawo, kube ngubufakazi kubo.
Ewabona wathi kuwo: “Hambani nizibonakalise kubapristi. Kwathi besahamba bahlanjululwa.
Wamlaya ukuthi angatsheli muntu, kodwa hamba uziveze kumpristi, unikele ngokuhlanjululwa kwakho, njengokulaya kukaMozisi, kube ngubufakazi kubo.
Khona induna yenkulungwane yayisiyiyeke insizwa, yayiyala ngokuthi: “Bheka, ungatsheli muntu ukuthi ungibikele lokho.
Ngoba konke okwalotshwa ngaphambili kwalotshelwa ukufundiswa kwethu, ukuze ngokubekezela langenduduzo yemibhalo sibe lethemba.
Kepha zonke lezo zinto zabehlela bona kube yizibonelo, kulotshiwe ukuba kube yisiyalo sethu, esesifikelwe ukuphela kwezwe.