Kukhona okunzima yini eNkosini? Ngesikhathi esimisiwe ngizabuyela kuwe, ngesikhathi sokuphila, njalo uSara uzakuba lendodana.
NgokukaMarku 1:40 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kwasekusiza kuye onochoko, emncenga, eguqa phambi kwakhe, esithi kuye: Uba uthanda, ungangihlambulula. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kwafika kuye onochoko, wamncenga eguqa ngamadolo, ethi kuye: “Uma uthanda, ungangihlambulula.” IsiZulu 2020 Kwase kufika kuye onochoko, wamncenga eguqe ngamadolo, ethi kuye: “Uma uthanda ungangihlambulula.” Baasraak Zulu New Testament Bible Kwasekusiza kuye onochoko, emncenga, eguqa phambi kwakhe, esithi kuye: Uba uthanda, ungangihlambulula. |
Kukhona okunzima yini eNkosini? Ngesikhathi esimisiwe ngizabuyela kuwe, ngesikhathi sokuphila, njalo uSara uzakuba lendodana.
malibe phezu kwekhanda likaJowabe naphezu kwayo yonke indlu kayise; futhi makungabikho muntu ophuma endlini kaJowabe ocucuzayo noma onochoko noma oncike ngodondolo noma owela enkembeni noma oswela isinkwa.
UJehova wayishaya inkosi, yaba onochoko kwaze kwaba lusuku lokufa kwayo, yahlala kwenye indlu. UJothamu, indodana yenkosi, wayephezu kwendlu, wahlulela abantu bezwe.
Kwakukhona amadoda amane anochoko ngasemnyango wesango, athi omunye komunye: “Sihlaleleni lapha size sife na?
USolomoni wenza isaka lethusi, ubude balo buyizingalo eziyisihlanu, nobubanzi balo buyizingalo eziyisihlanu, nokuphakama kwalo kwakuyizingalo ezintathu, walumisa phakathi negceke; wema phezu kwalo, waguqa phambi kwebandla lonke. Ka-Israyeli futhi welulela izandla zakhe ezulwini,
Izimpumputhe ziyabona, nezinyonga ziyahamba, abanochoko bayahlanjululwa, nezithulu ziyezwa, abafileyo bayavuswa, nabampofu bayashunyayezwa ivangeli.
Kwathi sebefikile exukwini, kweza kuye indoda ethile, yaguqa phambi kwakhe, yathi:
UJesu waba nesihe, welula isandla, wamphatha, wathi kuye: “Ngiyathanda; hlambuluka.
Kwathi esephumela endleleni, kwagijima omunye, waguqa phambi kwakhe, wambuza wathi: Mfundisi Olungileyo, ngenzeni ukuze ngidle ilifa lempilo elaphakade?
Yena wahlehla kubo okungaba yibanga lokuphonswa kwetshe, waguqa ngamadolo, wakhuleka.
Waseguqa phansi, wamemeza ngelizwi elikhulu wathi: Nkosi, ungababaleli lesisono. Eseshilo lokho walala ubuthongo.