NgokukaMarku 1:3 - Contemporary Zulu Bible 2024 Izwi lomemezayo ehlane, lithi: Lungisani indlela yeNkosi, nenze imikhondo yayo iqonde. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “izwi lomemezayo ehlane, lithi: ‘Lungisani indlela yeNkosi, nenze imikhondo yayo iqonde,’ ” IsiZulu 2020 izwi lomemezayo ehlane, lithi: ‘Lungisani indlela yeNkosi, nenze imikhondo yayo iqonde.’ ” Baasraak Zulu New Testament Bible Izwi lomemezayo ehlane, lithi: Lungisani indlela yeNkosi, nenze imikhondo yayo iqonde. |
Ngokuba nguyena okwakhulunywa ngaye u-Isaya umprofethi, ethi: “Izwi lomemeza ehlane, lithi: ‘Lungisani indlela yeNkosi, nenze imikhondo yayo iqonde.’
U-Anase noKayafase bengabapristi abakhulu, izwi likaNkulunkulu lafika kuJohane indodana kaZakariya ehlane.
UJohane wafakaza ngaye, wamemeza wathi: “Nguyena lo ebengisho ngaye ukuthi: ‘Lowo ozayo emva kwami mkhulu kunami, ngokuba wayekhona kuqala kunami.