Bangena eKapernawume; kwathi masinyane ngesabatha wangena esinagogeni, wafundisa.
NgokukaMarku 1:29 - Contemporary Zulu Bible 2024 Base bephuma esinagogeni bangena masinyane endlini kaSimoni no-Andreya kanye noJakobe noJohane. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Sebephume esinagogeni* bangena masinyane endlini kaSimoni no-Andreya, benoJakobe noJohane. IsiZulu 2020 Sebephumile esinagogeni, baya masinyane endlini kaSimoni no-Andreya, benoJakobe noJohane. Baasraak Zulu New Testament Bible Base bephuma esinagogeni bangena masinyane endlini kaSimoni no-Andreya kanye noJakobe noJohane. |
Bangena eKapernawume; kwathi masinyane ngesabatha wangena esinagogeni, wafundisa.
UJesu wathi kuye: “Izimpungushe zinemigodi, nezinyoni zezulu zinezidleke; kodwa iNdodana yomuntu kayilalapho engaqamelisa khona ikhanda.