Kepha ukuze nazi ukuthi iNdodana yomuntu inamandla emhlabeni okuthethelela izono,” wayesethi kofe uhlangothi: “Sukuma, uthabathe uhlaka lwakho, uye endlini yakho.
Mathewu 9:7 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wasesukuma, waya endlini yakhe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wavuka, waya endlini yakhe. IsiZulu 2020 Wavuka, waya endlini yakhe. Baasraak Zulu New Testament Bible Wasesukuma, waya endlini yakhe. |
Kepha ukuze nazi ukuthi iNdodana yomuntu inamandla emhlabeni okuthethelela izono,” wayesethi kofe uhlangothi: “Sukuma, uthabathe uhlaka lwakho, uye endlini yakho.
Kodwa izixuku sezikubona zamangala, zamdumisa uNkulunkulu onikile abantu amandla angaka.