Wathi: “Ngabona wonke u-Israyeli ehlakazekile ezintabeni njengezimvu ezingenamalusi; uJehova wathi: “Abanankosi; mababuyele, kube yilowo nalowo endlini yakhe ngokuthula.
Mathewu 9:36 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kodwa ebona izixuku waba lesihelo ngazo, ngoba zazidiniwe, zihlakazekile njengezimvu ezingelamalusi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha ebona izixuku wabanesihe ngazo, ngokuba zazikhathazekile, zihlakazekile njengezimvu ezingenamalusi. IsiZulu 2020 Kwathi lapho ebona izixuku, waba nesihe ngazo, ngokuba zazikhathazekile, zithithibele njengezimvu ezingenamalusi. Baasraak Zulu New Testament Bible Kodwa ebona izixuku waba lesihelo ngazo, ngoba zazidiniwe, zihlakazekile njengezimvu ezingelamalusi. |
Wathi: “Ngabona wonke u-Israyeli ehlakazekile ezintabeni njengezimvu ezingenamalusi; uJehova wathi: “Abanankosi; mababuyele, kube yilowo nalowo endlini yakhe ngokuthula.
Wathi: “Ngabona wonke u-Israyeli ehlakazekile ezintabeni njengezimvu ezingenamalusi; uJehova wathi: “Abanankosi; khona-ke mababuyele, kube yilowo nalowo endlini yakhe ngokuthula.
Abantu bami babe yizimvu ezilahlekileyo; abelusi bawo babadukisa, bawadukisa ezintabeni; basuka entabeni baya egqumeni, bakhohlwa indawo yabo yokuphumula.
Ngokuba izithombe zikhulume okuyize, nabahlola imihlola babone amanga, bakhuluma amaphupho amanga; baduduza ize; ngalokho zahamba njengomhlambi, zethuka, ngokuba kwakungekho umalusi.
Ngokuba bhekani, ngiyakuvusa umalusi ezweni, ongayikuvakashela echithekileyo, afune omncane, aphulukise owaphukileyo, angalungi oyivila; kepha uyakuklebhula izinzipho zabo zibe yizicucu.
abangaphuma phambi kwabo futhi abangene phambi kwabo futhi abakhiphe futhi abangenise; ukuze ibandla leNkosi lingabi njengezimvu ezingenamalusi.
UJesu esephuma, wabona isixuku esikhulu, waba nesihe ngaso, waphulukisa abagulayo babo.
Kodwa waphendula wathi: Kangithunywanga kuphela ezimvini ezilahlekileyo zendlu kaIsrayeli.
UJesu wayesebizela kuye abafundi bakhe, wathi: “Ngiyasihawukela isixuku, ngokuba sekuyizinsuku ezintathu behlezi nami, bengenalutho lokudla;
Kwathi ephuma, wabona isixuku esikhulu, waba nesihe ngaso, ngokuba babenjengezimvu ezingenamalusi; wayeseqala ukubafundisa okuningi.
Ngiyasihawukela ixuku, ngoba sekuyizinsuku ezintathu lihlezi lami lingelakudla;
Ngokuba asinaye umpristi omkhulu ongenakuzwelana nobuthakathaka bethu; kodwa walingwa kukho konke njengathi, kodwa engenasono.
Ongaba nesihawu kwabangazi nakwabadukayo; ngokuba naye uqobo uzungezwe ubuthakathaka.