Ohlambalaza igama likaJehova wobulawa nokubulawa, inhlangano yonke imkhande ngamatshe; kokubili umfokazi nowokuzalwa ezweni, lapho ehlambalaza iGama leNkosi, uyabulawa.
Mathewu 9:3 - Contemporary Zulu Bible 2024 Bheka, abanye bababhali bathi phakathi kwabo: “Lo uyahlambalaza; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Bheka, abathile kubabhali bathi phakathi kwabo: “Lo uyahlambalaza.” IsiZulu 2020 Abathile kuzazimthetho bakhuluma bodwa, bathi: “Lo muntu uyahlambalaza.” Baasraak Zulu New Testament Bible Bheka, abanye bababhali bathi phakathi kwabo: “Lo uyahlambalaza; |
Ohlambalaza igama likaJehova wobulawa nokubulawa, inhlangano yonke imkhande ngamatshe; kokubili umfokazi nowokuzalwa ezweni, lapho ehlambalaza iGama leNkosi, uyabulawa.
Kodwa umphefumulo owenza ngokugabadela, kungakhathaliseki ukuthi ungowokuzalwa ezweni noma ungowemzini, othuka uJehova; lowo muntu uyakunqunywa kubantu bakubo.
Umpristi omkhulu wayeseklebhula izingubo zakhe, wathi: “Usehlambalazile; sisaswelelani ofakazi na? bhekani, manje senikuzwile ukuhlambalaza kwakhe.
Nizwile ukuhlambalaza; nithini na? Base bemlahla bonke ngokuthi unecala lokufa.
Ngiqinisile ngithi kini: Abantwana babantu bazathethelelwa zonke izono lenhlamba loba yini abahlambaza ngayo;
Kepha ohlambalaza uMoya oNgcwele akanakuthethelelwa naphakade, kodwa ulecala lokulahlwa okuphakade;
Ngokuba ngaphakathi, enhliziyweni yomuntu kuphuma imicabango emibi, ukuphinga, ubufebe, ukubulala,
Ababhali nabaFarisi baqala ukuzindla, bathi: “Ngubani lo okhuluma inhlamba na? Ngubani ongathethelela izono ngaphandle kukaNkulunkulu yedwa?