Mathewu 9:19 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wasuka uJesu, wamlandela, nabafundi bakhe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wasuka-ke uJesu, wamlandela kanye nabafundi bakhe. IsiZulu 2020 UJesu wayesesuka-ke, wamlandela, ekanye nabafundi bakhe. Baasraak Zulu New Testament Bible Wasuka uJesu, wamlandela, nabafundi bakhe. |
Esakhuluma lokho kubo, bheka, kwafika umbusi othile, wakhuleka kuye, wathi: “Indodakazi yami isishonile;
Bheka, kwafika emva kwakhe owesifazane owayenomopho iminyaka eyishumi nambili, wathinta umphetho wengubo yakhe;
UJesu wathi kubo: Ukudla kwami kungukwenza intando yongithumileyo, ngiqede umsebenzi wakhe.
Ukuthi uNkulunkulu wamgcoba kanjani uJesu waseNazaretha ngoMoya oNgcwele nangamandla, owahamba enza okuhle, ephulukisa bonke ababecindezelwe nguSathane; ngoba uNkulunkulu wayelaye.