Wasuka eNazaretha, weza wahlala eKapernawume elisogwini lolwandle, emikhawulweni yakwaZabuloni neyakwaNafetali;
Mathewu 9:1 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wayesengena emkhunjini, wawela, weza emzini wakubo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wayesengena emkhunjini, wawela, weza emzini wakubo. IsiZulu 2020 UJesu wangena esikebheni, wawelela ngaphesheya, waya emzini wakubo. Baasraak Zulu New Testament Bible Wayesengena emkhunjini, wawela, weza emzini wakubo. |
Wasuka eNazaretha, weza wahlala eKapernawume elisogwini lolwandle, emikhawulweni yakwaZabuloni neyakwaNafetali;
Ninganiki izinja okungcwele, ningaphonsi amaparele enu phambi kwezingulube, funa ziwanyathele ngezinyawo zazo, ziphenduke, ziniklebhule.
Kwathi uJesu esephinde wawelela ngaphesheya ngomkhumbi, kwabuthana kuye isixuku esikhulu;
Isixuku sonke sesifunda samaGadara samncenga ukuba amuke kubo; ngoba babebanjwe ngukwesaba okukhulu; wasekhwela emkhunjini, wabuya.
Kwathi ekubuyeni kukaJesu, isixuku samamukela ngokuthokoza, ngokuba bonke babemlindele.
Ongalungile makenze okungalungile; nongcolileyo makaqhubeke engcolile, nolungileyo makaqhubeke elungile, nongcwele makahlale ngcwele.