Udumo lwakhe lwaphumela kulo lonke elaseSiriya, baletha kuye bonke abagulayo ababephethwe yizifo ngezifo nezinhlupheko, nabakhwelwe ngamademoni, nabanesithuthwane, nabafe uhlangothi; wasebasilisa.
Mathewu 8:31 - Contemporary Zulu Bible 2024 Amademoni amncenga, ethi: “Uma usikhipha, sivumele ukuba siye emhlambini wezingulube. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Amademoni amncenga athi: “Uma usikhipha, sithume ukuba singene emhlambini wezingulube.” IsiZulu 2020 Amadimoni amncenga, athi: “Uma usikhipha, sithumele singene emhlanjini wezingulube.” Baasraak Zulu New Testament Bible Amademoni amncenga, ethi: “Uma usikhipha, sivumele ukuba siye emhlambini wezingulube. |
Udumo lwakhe lwaphumela kulo lonke elaseSiriya, baletha kuye bonke abagulayo ababephethwe yizifo ngezifo nezinhlupheko, nabakhwelwe ngamademoni, nabanesithuthwane, nabafe uhlangothi; wasebasilisa.
Ninganiki izinja okungcwele, ningaphonsi amaparele enu phambi kwezingulube, funa ziwanyathele ngezinyawo zazo, ziphenduke, ziniklebhule.
Wamemeza ngezwi elikhulu, wathi: “Nginamsebenzi muni nawe Jesu, Ndodana kaNkulunkulu oPhezukonke? Ngikufungisa uNkulunkulu ukuthi ungangihluphi.
Ngakho thokozani lina mazulu, lani elihlala kuwo. Maye kwabakhileyo emhlabeni nolwandle! ngokuba uSathane wehlele kini enolaka olukhulu, azi ukuthi unesikhathi esifushane.